5 Manje wathumela izithunywa kuBhalami+ indodana kaBheyori ePethori,+ elingaseMfuleni+ wezwe labantwana babantu bakhe, ukuba zimbize, wathi: “Bheka! Kuphumé isizwe eGibhithe. Bheka! Simbozé umhlaba kuze kube yilapho amehlo ephelela khona,+ futhi sihlezi khona kanye phambi kwami.