Eksodusi 3:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Wathi: “Yingoba ngizoba nawe,+ futhi yilesi isibonakaliso kuwe sokuthi yimi engikuthumile:+ Ngemva kokuba usubakhiphile abantu eGibhithe, niyokhonza uNkulunkulu weqiniso kule ntaba.”+ Isaya 43:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Uma kwenzeka udabula emanzini,+ ngizoba nawe;+ nasemifuleni, ngeke ikukhukhule.+ Uma kwenzeka udabula emlilweni, ngeke ushe, nelangabi alisoze lakuhangula.+ Roma 8:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Sizothini-ke ngalezi zinto? Uma uNkulunkulu engakithi, ubani oyomelana nathi?+
12 Wathi: “Yingoba ngizoba nawe,+ futhi yilesi isibonakaliso kuwe sokuthi yimi engikuthumile:+ Ngemva kokuba usubakhiphile abantu eGibhithe, niyokhonza uNkulunkulu weqiniso kule ntaba.”+
2 Uma kwenzeka udabula emanzini,+ ngizoba nawe;+ nasemifuleni, ngeke ikukhukhule.+ Uma kwenzeka udabula emlilweni, ngeke ushe, nelangabi alisoze lakuhangula.+