Levitikusi 26:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Impela ngiyohamba phakathi kwenu ngibe uNkulunkulu wenu,+ nina, niyoba ngabantu bami.+ Jeremiya 30:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 “Ngokuqinisekile niyoba ngabantu bami,+ futhi mina ngokwami ngibe nguNkulunkulu wenu.”+ Hezekeli 11:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 ukuze bahambe ngezimiso zami futhi bagcine izinqumo zami zokwahlulela, bazifeze;+ ngempela babe ngabantu bami+ nami ngibe nguNkulunkulu wabo.”’+ IsAmbulo 21:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngemva kwalokho ngezwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi lithi: “Bheka! Itende+ likaNkulunkulu likanye nabantu, uyohlala+ nabo, babe ngabantu bakhe.+ UNkulunkulu ngokwakhe uyoba nabo.+
20 ukuze bahambe ngezimiso zami futhi bagcine izinqumo zami zokwahlulela, bazifeze;+ ngempela babe ngabantu bami+ nami ngibe nguNkulunkulu wabo.”’+
3 Ngemva kwalokho ngezwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi lithi: “Bheka! Itende+ likaNkulunkulu likanye nabantu, uyohlala+ nabo, babe ngabantu bakhe.+ UNkulunkulu ngokwakhe uyoba nabo.+