Isaya 35:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ngokuqinisekile kuyoba khona umgwaqo omkhulu+ lapho, yebo indlela; iyobizwa ngokuthi iNdlela Yobungcwele.+ Ongahlanzekile ngeke adlule kuyo.+ Iyoba eyalowo ohamba kule ndlela, abekho abayiziwula abayozulazula kuyo. Hezekeli 44:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 “‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo: “Akukho muntu wesinye isizwe, ongasokile enhliziyweni futhi ongasokile enyameni, ongangena endlini yami engcwele, okungukuthi, noma yimuphi ongowesinye isizwe ophakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.”’+ IsAmbulo 21:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Kodwa noma yini engengcwele nanoma ubani oqhubeka enza isinengiso+ namanga+ akayikungena kuwo+ nangayiphi indlela; kuyongena+ kuphela labo abalotshwe emqulwini wokuphila weWundlu.
8 Ngokuqinisekile kuyoba khona umgwaqo omkhulu+ lapho, yebo indlela; iyobizwa ngokuthi iNdlela Yobungcwele.+ Ongahlanzekile ngeke adlule kuyo.+ Iyoba eyalowo ohamba kule ndlela, abekho abayiziwula abayozulazula kuyo.
9 “‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo: “Akukho muntu wesinye isizwe, ongasokile enhliziyweni futhi ongasokile enyameni, ongangena endlini yami engcwele, okungukuthi, noma yimuphi ongowesinye isizwe ophakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.”’+
27 Kodwa noma yini engengcwele nanoma ubani oqhubeka enza isinengiso+ namanga+ akayikungena kuwo+ nangayiphi indlela; kuyongena+ kuphela labo abalotshwe emqulwini wokuphila weWundlu.