Hoseya 6:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngoba ngijabulele umusa wothando,+ hhayi umhlatshelo;+ nolwazi ngoNkulunkulu kuneminikelo yokushiswa ephelele.+ Mika 6:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ukutshelile, muntu wasemhlabeni, okuhle.+ Yini uJehova ayicela kuwe ngaphandle kokuba ubonise ubulungisa,+ uthande umusa+ futhi ube nesizotha+ ekuhambeni noNkulunkulu wakho?+ Mathewu 9:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Khona-ke, hambani niyofunda ukuthi kusho ukuthini lokhu, ‘Ngifuna isihe, hhayi umhlatshelo.’+ Ngoba ngizelé ukuzobiza izoni, hhayi abantu abalungileyo.” Mathewu 12:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Nokho, ukube benikuqondile ukuthi kusho ukuthini lokhu, ‘Ngifuna isihe,+ hhayi umhlatshelo,’+ ngabe anibalahlanga laba abangenacala.
6 Ngoba ngijabulele umusa wothando,+ hhayi umhlatshelo;+ nolwazi ngoNkulunkulu kuneminikelo yokushiswa ephelele.+
8 Ukutshelile, muntu wasemhlabeni, okuhle.+ Yini uJehova ayicela kuwe ngaphandle kokuba ubonise ubulungisa,+ uthande umusa+ futhi ube nesizotha+ ekuhambeni noNkulunkulu wakho?+
13 Khona-ke, hambani niyofunda ukuthi kusho ukuthini lokhu, ‘Ngifuna isihe, hhayi umhlatshelo.’+ Ngoba ngizelé ukuzobiza izoni, hhayi abantu abalungileyo.”
7 Nokho, ukube benikuqondile ukuthi kusho ukuthini lokhu, ‘Ngifuna isihe,+ hhayi umhlatshelo,’+ ngabe anibalahlanga laba abangenacala.