Duteronomi 29:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Futhi nanizibona izinengiso zazo nezithombe zazo ezinjengendle,+ ukhuni netshe, isiliva negolide, ezazikuzo;) 1 AmaKhosi 11:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 USolomoni waqala ukulandela u-Ashitoreti+ unkulunkulukazi wabaseSidoni nokulandela uMilkomu+ isinengiso sama-Amoni. IsAmbulo 13:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Sanikwa ukuba sinike umfanekiso wesilo sasendle umoya, ukuze lo mfanekiso wesilo sasendle ukhulume futhi ubangele ukuba kubulawe bonke abangasoze nganoma iyiphi indlela bawukhulekele umfanekiso+ wesilo sasendle.
17 Futhi nanizibona izinengiso zazo nezithombe zazo ezinjengendle,+ ukhuni netshe, isiliva negolide, ezazikuzo;)
5 USolomoni waqala ukulandela u-Ashitoreti+ unkulunkulukazi wabaseSidoni nokulandela uMilkomu+ isinengiso sama-Amoni.
15 Sanikwa ukuba sinike umfanekiso wesilo sasendle umoya, ukuze lo mfanekiso wesilo sasendle ukhulume futhi ubangele ukuba kubulawe bonke abangasoze nganoma iyiphi indlela bawukhulekele umfanekiso+ wesilo sasendle.