Isaya 53:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngenxa yenkathazo yomphefumulo wakhe uyobona,+ uyokwaneliswa.+ Ngolwazi lwakhe olungileyo, inceku yami,+ uyokwenza abantu abaningi babe nokuma okulungile;+ futhi uyothwala iziphambeko zabo.+ Zakariya 9:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 “Jabula kakhulu ndodakazi yaseZiyoni.+ Memeza ngokunqoba+ ndodakazi yaseJerusalema. Bheka! Inkosi yakho+ iza kuwe.+ Ilungile, yebo, isindisiwe;+ ithobekile,+ igibele imbongolo, yebo iphezu kwesilwane esikhule ngokugcwele ithole lembongolokazi.+ 1 Johane 2:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Bantwanyana bami, nginilobela lezi zinto ukuze ningasenzi isono.+ Kodwa nokho, uma-ke umuntu enza isono, sinomsizi+ kuBaba, uJesu Kristu, olungileyo.+
11 Ngenxa yenkathazo yomphefumulo wakhe uyobona,+ uyokwaneliswa.+ Ngolwazi lwakhe olungileyo, inceku yami,+ uyokwenza abantu abaningi babe nokuma okulungile;+ futhi uyothwala iziphambeko zabo.+
9 “Jabula kakhulu ndodakazi yaseZiyoni.+ Memeza ngokunqoba+ ndodakazi yaseJerusalema. Bheka! Inkosi yakho+ iza kuwe.+ Ilungile, yebo, isindisiwe;+ ithobekile,+ igibele imbongolo, yebo iphezu kwesilwane esikhule ngokugcwele ithole lembongolokazi.+
2 Bantwanyana bami, nginilobela lezi zinto ukuze ningasenzi isono.+ Kodwa nokho, uma-ke umuntu enza isono, sinomsizi+ kuBaba, uJesu Kristu, olungileyo.+