Isaya 51:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 “Ngilaleleni bantu bami; nawe qembu lesizwe sami,+ bekani indlebe kimi. Ngoba umthetho uyophuma kimi,+ futhi ngiyobeka isinqumo sami sokwahlulela sibe ngukukhanya ezizweni.+ Johane 3:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Manje yilesi isisekelo sokwahlulela, ukuthi ukukhanya+ kufikile ezweni+ kodwa abantu baye bathanda ubumnyama kunokukhanya,+ ngoba imisebenzi yabo imibi. Johane 8:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngakho-ke uJesu waphinda futhi wakhuluma nabo, ethi: “Mina ngiwukukhanya+ kwezwe. Umuntu ongilandelayo akasoze ahamba ebumnyameni,+ kodwa uyoba nokukhanya kokuphila.” Johane 9:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Uma nje ngisesezweni, ngiwukukhanya kwezwe.”+ Johane 12:36 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 36 Lapho nisenokukhanya, bonisani ukholo ekukhanyeni, ukuze nibe ngabantwana bokukhanya.”+ UJesu wakhuluma lezi zinto wayesehamba wabacashela. 2 Korinte 6:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ningaboshelwa ejokeni nabangakholwa.+ Ngoba kunabudlelwane buni ukulunga nokungalungi na?+ Noma, ukukhanya kunasabelo sini nobumnyama?+ Filipi 2:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 ukuze nibe abangasoleki+ nabamsulwa, abantwana+ bakaNkulunkulu abangenasici phakathi kwesizukulwane+ esigwegwile nesisontekile, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni,+
4 “Ngilaleleni bantu bami; nawe qembu lesizwe sami,+ bekani indlebe kimi. Ngoba umthetho uyophuma kimi,+ futhi ngiyobeka isinqumo sami sokwahlulela sibe ngukukhanya ezizweni.+
19 Manje yilesi isisekelo sokwahlulela, ukuthi ukukhanya+ kufikile ezweni+ kodwa abantu baye bathanda ubumnyama kunokukhanya,+ ngoba imisebenzi yabo imibi.
12 Ngakho-ke uJesu waphinda futhi wakhuluma nabo, ethi: “Mina ngiwukukhanya+ kwezwe. Umuntu ongilandelayo akasoze ahamba ebumnyameni,+ kodwa uyoba nokukhanya kokuphila.”
36 Lapho nisenokukhanya, bonisani ukholo ekukhanyeni, ukuze nibe ngabantwana bokukhanya.”+ UJesu wakhuluma lezi zinto wayesehamba wabacashela.
14 Ningaboshelwa ejokeni nabangakholwa.+ Ngoba kunabudlelwane buni ukulunga nokungalungi na?+ Noma, ukukhanya kunasabelo sini nobumnyama?+
15 ukuze nibe abangasoleki+ nabamsulwa, abantwana+ bakaNkulunkulu abangenasici phakathi kwesizukulwane+ esigwegwile nesisontekile, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni,+