Mathewu 6:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Nokho, wena, lapho uthandaza, ngena ekamelweni+ lakho, futhi ngemva kokuvala umnyango, uthandaze kuYihlo osekusithekeni;+ khona-ke uYihlo obukele esekusithekeni uyokubuyisela. Mathewu 14:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Ekugcineni, esezimukisile izixuku, wakhuphukela entabeni eyedwa ukuze ayothandaza.+ Nakuba isikhathi sase sihambile, wayelapho yedwa. Marku 1:35 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 35 Ekuseni kakhulu, kusemnyama, wavuka waphumela ngaphandle wahamba waya endaweni engenabantu,+ wathandaza.+ Luka 6:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Phakathi nalezi zinsuku waphuma waya entabeni eyothandaza,+ futhi wahlala ubusuku bonke ethandaza kuNkulunkulu.+
6 Nokho, wena, lapho uthandaza, ngena ekamelweni+ lakho, futhi ngemva kokuvala umnyango, uthandaze kuYihlo osekusithekeni;+ khona-ke uYihlo obukele esekusithekeni uyokubuyisela.
23 Ekugcineni, esezimukisile izixuku, wakhuphukela entabeni eyedwa ukuze ayothandaza.+ Nakuba isikhathi sase sihambile, wayelapho yedwa.
35 Ekuseni kakhulu, kusemnyama, wavuka waphumela ngaphandle wahamba waya endaweni engenabantu,+ wathandaza.+
12 Phakathi nalezi zinsuku waphuma waya entabeni eyothandaza,+ futhi wahlala ubusuku bonke ethandaza kuNkulunkulu.+