Isaya 2:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Amehlo azidlayo omuntu wasemhlabeni ayoba phansi, nokuqhosha kwabantu kuyokhothama;+ nguJehova yedwa oyophakanyiswa ngalolo suku.+ Mathewu 23:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Noma ubani oziphakamisayo uyothotshiswa,+ futhi noma ubani ozithobayo uyophakanyiswa.+ Jakobe 4:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Nokho, umusa ongafanelwe aphana ngawo mkhulu kunakho.+ Ngakho umbhalo uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo,+ kodwa abathobekile ubapha umusa ongafanelwe.”+ 1 Petru 5:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ngendlela efanayo, nina madoda asemasha, zithobeni+ emadodeni amadala. Kodwa nonke bhincani isimo sengqondo sokuthobelana,+ ngoba uNkulunkulu uyamelana nabazidlayo, kodwa abathobekile ubapha umusa ongafanelwe.+
11 Amehlo azidlayo omuntu wasemhlabeni ayoba phansi, nokuqhosha kwabantu kuyokhothama;+ nguJehova yedwa oyophakanyiswa ngalolo suku.+
6 Nokho, umusa ongafanelwe aphana ngawo mkhulu kunakho.+ Ngakho umbhalo uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo,+ kodwa abathobekile ubapha umusa ongafanelwe.”+
5 Ngendlela efanayo, nina madoda asemasha, zithobeni+ emadodeni amadala. Kodwa nonke bhincani isimo sengqondo sokuthobelana,+ ngoba uNkulunkulu uyamelana nabazidlayo, kodwa abathobekile ubapha umusa ongafanelwe.+