Daniyeli 7:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “Ngaqhubeka ngibhekile emibonweni yasebusuku, futhi, bheka laphaya! kwakuza kanye namafu+ amazulu othile onjengendodana yomuntu;+ wathola ilungelo lokungena koMdala Wezinsuku,+ futhi bamsondeza phambi kwaKhe.+ IsAmbulo 1:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Bhekani! Uyeza kanye namafu,+ wonke amehlo ayombona,+ nalabo abamgwazayo;+ zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zilusizi ngenxa yakhe.+ Yebo, Amen.
13 “Ngaqhubeka ngibhekile emibonweni yasebusuku, futhi, bheka laphaya! kwakuza kanye namafu+ amazulu othile onjengendodana yomuntu;+ wathola ilungelo lokungena koMdala Wezinsuku,+ futhi bamsondeza phambi kwaKhe.+
7 Bhekani! Uyeza kanye namafu,+ wonke amehlo ayombona,+ nalabo abamgwazayo;+ zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zilusizi ngenxa yakhe.+ Yebo, Amen.