1 Samuweli 2:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Abanelisekileyo kumelwe baziqashise ukuze bathole isinkwa,+Kodwa abalambile empeleni bayayeka ukulamba.+Ngisho noyinyumba uzele abayisikhombisa,+Kodwa owayenamadodana amaningi ubunile.+ IHubo 34:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Amabhongo engonyama anomhlwenga abé nokuncane kakhulu futhi alamba;+Kodwa labo abafuna uJehova, ngeke bantule lutho oluhle.+ IHubo 107:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ngoba uwanelisile umphefumulo owomile;+Uwusuthisé ngezinto ezinhle umphefumulo olambile.+
5 Abanelisekileyo kumelwe baziqashise ukuze bathole isinkwa,+Kodwa abalambile empeleni bayayeka ukulamba.+Ngisho noyinyumba uzele abayisikhombisa,+Kodwa owayenamadodana amaningi ubunile.+
10 Amabhongo engonyama anomhlwenga abé nokuncane kakhulu futhi alamba;+Kodwa labo abafuna uJehova, ngeke bantule lutho oluhle.+