Genesise 24:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ngakho u-Abrahama wathi encekwini yakhe, endala kunazo zonke endlini yakhe, eyayiphethe konke ayenakho:+ “Ngicela ubeke isandla sakho ngaphansi kwethanga lami,+ 1 Korinte 4:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ngaphezu kwalokho, kule ndaba, okufunekayo kubaphathi+ ukuba umuntu atholakale ethembekile.+ 2 Thesalonika 2:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Ngakho-ke, bazalwane, yimani niqine+ futhi nihlale nibambelele ezimfundisweni+ enazifundiswa, kungakhathaliseki ukuthi kwakungomyalezo womlomo noma ngencwadi yethu. 1 Petru 4:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngokwesilinganiso ngamunye amukele ngaso isipho, sisebenziseni ekukhonzaneni njengabaphathi abahle bomusa ongafanelwe kaNkulunkulu obonakaliswe ngezindlela ezihlukahlukene.+
2 Ngakho u-Abrahama wathi encekwini yakhe, endala kunazo zonke endlini yakhe, eyayiphethe konke ayenakho:+ “Ngicela ubeke isandla sakho ngaphansi kwethanga lami,+
15 Ngakho-ke, bazalwane, yimani niqine+ futhi nihlale nibambelele ezimfundisweni+ enazifundiswa, kungakhathaliseki ukuthi kwakungomyalezo womlomo noma ngencwadi yethu.
10 Ngokwesilinganiso ngamunye amukele ngaso isipho, sisebenziseni ekukhonzaneni njengabaphathi abahle bomusa ongafanelwe kaNkulunkulu obonakaliswe ngezindlela ezihlukahlukene.+