Johane 6:38 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 38 ngoba angehlanga ezulwini+ ukuba ngizokwenza intando yami kodwa intando yalowo ongithumileyo.+ Johane 8:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Ngakho wathi kuwo: “Nina nivela ezindaweni ezingaphansi; mina ngivela ezindaweni ezingaphezulu.+ Nina nivela kuleli zwe;+ mina angiveli kuleli zwe.+ Johane 8:42 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 42 UJesu wathi kuwo: “Ukube uNkulunkulu ubenguYihlo, beniyongithanda,+ ngoba ngilapha ngoba ngavela kuNkulunkulu.+ Angizizelanga neze ngokwami, kodwa ngathunywa nguYe.+ 1 Korinte 15:47 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 47 Umuntu wokuqala uvela emhlabeni futhi wenziwe ngothuli;+ umuntu wesibili uvela ezulwini.+ Efesu 4:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Isho ukuthini inkulumo ethi “wanyuka,”+ uma kungekhona ukuthi wehlela futhi ezindaweni eziphansi, okuwukuthi, emhlabeni?+
23 Ngakho wathi kuwo: “Nina nivela ezindaweni ezingaphansi; mina ngivela ezindaweni ezingaphezulu.+ Nina nivela kuleli zwe;+ mina angiveli kuleli zwe.+
42 UJesu wathi kuwo: “Ukube uNkulunkulu ubenguYihlo, beniyongithanda,+ ngoba ngilapha ngoba ngavela kuNkulunkulu.+ Angizizelanga neze ngokwami, kodwa ngathunywa nguYe.+
9 Isho ukuthini inkulumo ethi “wanyuka,”+ uma kungekhona ukuthi wehlela futhi ezindaweni eziphansi, okuwukuthi, emhlabeni?+