Mathewu 11:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba,+ futhi akekho oyazi ngokugcwele iNdodana ngaphandle kukaYise,+ futhi akukho muntu omazi ngokugcwele uYise ngaphandle kweNdodana kanye nanoma ubani iNdodana ethanda ukumambula kuye.+ Luka 10:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Zonke izinto zinikelwe+ kimi nguBaba, futhi ukuthi iNdodana ingubani akekho owaziyo ngaphandle kukaBaba;+ nokuthi uBaba ungubani, akekho owaziyo ngaphandle kweNdodana,+ nalowo iNdodana ethanda ukumambula kuye.” 1 Johane 3:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu,+ kodwa okwamanje akukabonakaliswa lokho esiyoba yikho.+ Siyazi ukuthi noma nini lapho ebonakaliswa+ siyoba njengaye,+ ngoba siyombona enjengoba nje enjalo.+
27 Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba,+ futhi akekho oyazi ngokugcwele iNdodana ngaphandle kukaYise,+ futhi akukho muntu omazi ngokugcwele uYise ngaphandle kweNdodana kanye nanoma ubani iNdodana ethanda ukumambula kuye.+
22 Zonke izinto zinikelwe+ kimi nguBaba, futhi ukuthi iNdodana ingubani akekho owaziyo ngaphandle kukaBaba;+ nokuthi uBaba ungubani, akekho owaziyo ngaphandle kweNdodana,+ nalowo iNdodana ethanda ukumambula kuye.”
2 Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu,+ kodwa okwamanje akukabonakaliswa lokho esiyoba yikho.+ Siyazi ukuthi noma nini lapho ebonakaliswa+ siyoba njengaye,+ ngoba siyombona enjengoba nje enjalo.+