Roma 13:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ningakweleti muntu nento eyodwa,+ ngaphandle kokuthandana;+ ngoba lowo othanda omunye umuntu uwugcwalisile umthetho.+ 1 Korinte 13:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Uthando alusoze lwaphela nanini.+ Kodwa kungakhathaliseki ukuthi kukhona izipho zokuprofetha, ziyoqedwa; kungakhathaliseki ukuthi kukhona izilimi, ziyokhawuka; kungakhathaliseki ukuthi kukhona ulwazi, luyoqedwa.+ Galathiya 6:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Qhubekani nithwalisana imithwalo+ yomunye nomunye, kanjalo nigcwalise umthetho kaKristu.+ 1 Johane 4:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Uma umuntu ethi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kodwa abe ezonda umfowabo, ungumqambimanga.+ Ngoba ongamthandi umfowabo,+ ambonileyo, akunakwenzeka ukuthi uyamthanda uNkulunkulu, angambonanga.+
8 Ningakweleti muntu nento eyodwa,+ ngaphandle kokuthandana;+ ngoba lowo othanda omunye umuntu uwugcwalisile umthetho.+
8 Uthando alusoze lwaphela nanini.+ Kodwa kungakhathaliseki ukuthi kukhona izipho zokuprofetha, ziyoqedwa; kungakhathaliseki ukuthi kukhona izilimi, ziyokhawuka; kungakhathaliseki ukuthi kukhona ulwazi, luyoqedwa.+
20 Uma umuntu ethi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kodwa abe ezonda umfowabo, ungumqambimanga.+ Ngoba ongamthandi umfowabo,+ ambonileyo, akunakwenzeka ukuthi uyamthanda uNkulunkulu, angambonanga.+