Genesise 12:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Manje uJehova wabonakala ku-Abrama wathi: “Leli zwe+ ngiyolinika inzalo yakho.”+ Ngemva kwalokho wamakhela lapho i-altare uJehova, owayebonakale kuye. Genesise 13:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 ngoba lonke leli zwe olibhekile, ngiyolinika wena nenzalo yakho kuze kube nini nanini.+
7 Manje uJehova wabonakala ku-Abrama wathi: “Leli zwe+ ngiyolinika inzalo yakho.”+ Ngemva kwalokho wamakhela lapho i-altare uJehova, owayebonakale kuye.