Genesise 37:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Manje kwadlula amadoda, abathengisi+ bakwaMidiyani. Ngakho bamdonsa bamkhuphula uJosefa bamkhipha emgodini wamanzi+ base bemthengisa uJosefa kwabakwa-Ishmayeli ngezinhlamvu zesiliva ezingamashumi amabili.+ Ekugcineni abakwa-Ishmayeli bamyisa eGibhithe uJosefa. Genesise 45:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngakho uJosefa wathi kubafowabo: “Sondelani kimi, ngiyanicela.” Base besondela. Khona-ke wathi: “NginguJosefa umfowenu, enamthengisa eGibhithe.+ IHubo 105:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Wathumela umuntu ngaphambi kwaboOwayethengisiwe ukuba abe yisigqila, uJosefa.+
28 Manje kwadlula amadoda, abathengisi+ bakwaMidiyani. Ngakho bamdonsa bamkhuphula uJosefa bamkhipha emgodini wamanzi+ base bemthengisa uJosefa kwabakwa-Ishmayeli ngezinhlamvu zesiliva ezingamashumi amabili.+ Ekugcineni abakwa-Ishmayeli bamyisa eGibhithe uJosefa.
4 Ngakho uJosefa wathi kubafowabo: “Sondelani kimi, ngiyanicela.” Base besondela. Khona-ke wathi: “NginguJosefa umfowenu, enamthengisa eGibhithe.+