Levitikusi 11:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 “‘Yilokhu kuphela okungamelwe nikudle phakathi kwezetshisayo nezidabula inselo: ikamela, ngoba liyetshisa kodwa aliyidabuli inselo. Lingcolile kini.+ Levitikusi 11:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “‘Yilezi eniyozenyanya phakathi kwezidalwa ezindizayo.+ Akufanele zidliwe. Ziyinto enyanyekayo: ukhozi+ nengqungqulu nenqe elimnyama, Levitikusi 20:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Kumelwe nihlukanise phakathi kwesilwane esihlanzekile nesingcolile naphakathi kwenyoni engcolile nehlanzekile;+ futhi akumelwe nenze imiphefumulo yenu yenyanyeke+ ngesilwane nangenyoni nanganoma yini enyakazayo emhlabathini engiyihlukanisile kini ngokuba ngithi ingcolile. Duteronomi 14:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 “Akumelwe udle into enengekayo yanoma iluphi uhlobo.+ Duteronomi 14:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Zonke izidalwa ezinamaphiko eziswebezelayo zingcolile kini.+ Akufanele zidliwe. Hezekeli 4:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngathi: “Maye, Nkosi EnguMbusi Jehova! Bheka! Umphefumulo wami awungcolile;+ kusukela ebusheni bami+ angizange ngiyidle ingcuba noma isilwane esidwenguliwe, kuze kube manje, nasemlonyeni wami akuzange kungene inyama engcolile.”+
4 “‘Yilokhu kuphela okungamelwe nikudle phakathi kwezetshisayo nezidabula inselo: ikamela, ngoba liyetshisa kodwa aliyidabuli inselo. Lingcolile kini.+
13 “‘Yilezi eniyozenyanya phakathi kwezidalwa ezindizayo.+ Akufanele zidliwe. Ziyinto enyanyekayo: ukhozi+ nengqungqulu nenqe elimnyama,
25 Kumelwe nihlukanise phakathi kwesilwane esihlanzekile nesingcolile naphakathi kwenyoni engcolile nehlanzekile;+ futhi akumelwe nenze imiphefumulo yenu yenyanyeke+ ngesilwane nangenyoni nanganoma yini enyakazayo emhlabathini engiyihlukanisile kini ngokuba ngithi ingcolile.
14 Ngathi: “Maye, Nkosi EnguMbusi Jehova! Bheka! Umphefumulo wami awungcolile;+ kusukela ebusheni bami+ angizange ngiyidle ingcuba noma isilwane esidwenguliwe, kuze kube manje, nasemlonyeni wami akuzange kungene inyama engcolile.”+