Mathewu 3:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Mina, nginibhapathiza ngamanzi+ ngenxa yokuphenduka+ kwenu; kodwa lowo oza+ emva kwami, yena ozimbadada zakhe ngingakufanelekeli ukuzikhumula,+ unamandla kunami. Yena uzonibhapathiza ngomoya ongcwele+ nangomlilo.+ IzEnzo 8:36 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 36 Manje njengoba behamba ngendlela, bafika emanzini, umthenwa wathi: “Bheka! Amanzi amaningi; yini engivimbela ukuba ngibhapathizwe?”+ IzEnzo 11:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ngakho-ke, uma uNkulunkulu ebanike isipho esifanayo sesihle njengoba nathi asinika thina esiye sakholwa eNkosini uJesu Kristu,+ bengingubani mina ukuba ngikwazi ukuthiya uNkulunkulu?”+
11 Mina, nginibhapathiza ngamanzi+ ngenxa yokuphenduka+ kwenu; kodwa lowo oza+ emva kwami, yena ozimbadada zakhe ngingakufanelekeli ukuzikhumula,+ unamandla kunami. Yena uzonibhapathiza ngomoya ongcwele+ nangomlilo.+
36 Manje njengoba behamba ngendlela, bafika emanzini, umthenwa wathi: “Bheka! Amanzi amaningi; yini engivimbela ukuba ngibhapathizwe?”+
17 Ngakho-ke, uma uNkulunkulu ebanike isipho esifanayo sesihle njengoba nathi asinika thina esiye sakholwa eNkosini uJesu Kristu,+ bengingubani mina ukuba ngikwazi ukuthiya uNkulunkulu?”+