Mathewu 10:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 “Kunoma yimuphi umuzi noma umzana eningena kuwo, funani ukuthi ubani ofanelekayo kuwo, nihlale khona nize nihambe.+ Roma 12:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Hlanganyelani izinto nabangcwele ngokwezidingo zabo.+ Landelani inkambo yokungenisa izihambi.+ Galathiya 6:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngaphezu kwalokho, noma ubani ofundiswa izwi ngomlomo+ makahlanganyele+ ezintweni zonke ezinhle nalowo onikeza leyo mfundo yomlomo.+ Hebheru 13:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ningakukhohlwa ukungenisa izihambi,+ ngoba ngakho abanye, bengazi, babungaza izingelosi.+
11 “Kunoma yimuphi umuzi noma umzana eningena kuwo, funani ukuthi ubani ofanelekayo kuwo, nihlale khona nize nihambe.+
6 Ngaphezu kwalokho, noma ubani ofundiswa izwi ngomlomo+ makahlanganyele+ ezintweni zonke ezinhle nalowo onikeza leyo mfundo yomlomo.+