1 Korinte 15:53 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 53 Ngoba lokhu okonakalayo kumelwe kugqoke ukungonakali,+ nalokhu okufayo+ kumelwe kugqoke ukungafi. 2 Thimothewu 2:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Lithembekile leli zwi elithi:+ Ngokuqinisekile uma safa kanye naye, siyophila kanye naye futhi;+ IsAmbulo 3:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Onqobayo+ ngiyomnika ukuba ahlale nami esihlalweni sami sobukhosi,+ njengoba nje nami nganqoba, ngahlala+ noBaba esihlalweni sakhe sobukhosi.+
21 Onqobayo+ ngiyomnika ukuba ahlale nami esihlalweni sami sobukhosi,+ njengoba nje nami nganqoba, ngahlala+ noBaba esihlalweni sakhe sobukhosi.+