Genesise 3:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Kanjalo wamxosha umuntu futhi wamisa empumalanga yensimu yase-Edene+ amakherubi+ nenkemba eyayiziphendukela njalo futhi ivutha amalangabi ukuba aqaphe indlela eya emthini wokuphila. Duteronomi 17:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Yisandla sofakazi kuqala okufanele sehlele phezu kwakhe ukuba simbulale, kamuva kube yisandla sabo bonke abantu;+ ususe okubi phakathi kwakho.+ Thithu 3:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Umuntu okhuthaza ihlelo,+ male+ ngemva kokumeluleka okokuqala nokwesibili;+ 2 Johane 10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Uma umuntu eza kini futhi engalethi le mfundiso, ningalokothi nimamukele emakhaya enu+ noma nimbingelele.+
24 Kanjalo wamxosha umuntu futhi wamisa empumalanga yensimu yase-Edene+ amakherubi+ nenkemba eyayiziphendukela njalo futhi ivutha amalangabi ukuba aqaphe indlela eya emthini wokuphila.
7 Yisandla sofakazi kuqala okufanele sehlele phezu kwakhe ukuba simbulale, kamuva kube yisandla sabo bonke abantu;+ ususe okubi phakathi kwakho.+
10 Uma umuntu eza kini futhi engalethi le mfundiso, ningalokothi nimamukele emakhaya enu+ noma nimbingelele.+