Duteronomi 32:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Bona, bangivusele isikhwele ngalokho okungeyena unkulunkulu;+Bangikhathazile ngezithombe zabo eziyize;+Mina, ngizobavusela isikhwele ngalokho okungesona isizwe;+Ngizobacasula ngesizwe esiyisiwula.+ 2 AmaKhosi 19:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Anikele onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu,+ kodwa bewumsebenzi wezandla zomuntu,+ ukhuni netshe; yingakho ababhubhisa. Isaya 44:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ubani obumbé unkulunkulu noma obumbe umfanekiso oncibilikisiwe?+ Akubanga nanzuzo nhlobo.+ Jeremiya 16:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Ingabe umuntu wasemhlabeni angazenzela onkulunkulu bebe bengebona onkulunkulu?+
21 Bona, bangivusele isikhwele ngalokho okungeyena unkulunkulu;+Bangikhathazile ngezithombe zabo eziyize;+Mina, ngizobavusela isikhwele ngalokho okungesona isizwe;+Ngizobacasula ngesizwe esiyisiwula.+
18 Anikele onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu,+ kodwa bewumsebenzi wezandla zomuntu,+ ukhuni netshe; yingakho ababhubhisa.