11 Uma umuntu ekhuluma, makakhulume njengokungathi ukhuluma amazwi kaNkulunkulu angcwele;+ uma umuntu ekhonza,+ makakhonze njengoncike emandleni anikezwa nguNkulunkulu;+ ukuze kukho konke uNkulunkulu akhazinyuliswe+ ngoJesu Kristu. Inkazimulo+ namandla kungokwakhe kuze kube phakade naphakade. Amen.