Galathiya 6:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Kwangathi kungelokothe kwenzeke ukuba ngiziqhayise, ngaphandle kokuba ngiziqhayisa ngesigxobo sokuhlushwa+ seNkosi yethu uJesu Kristu, izwe eliye labethelwa ngaye kimi,+ nami ngabethelwa ezweni. Filipi 3:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Phela, ngempela zonke izinto ngizishaya indiva ngenxa yenzuzo edlula zonke izinto, yolwazi ngoKristu Jesu iNkosi yami.+ Ngenxa yakhe ngiye ngamukela ukulahlekelwa yizo zonke izinto futhi ngizibheka njengenqwaba yezibi,+ ukuze ngizuze uKristu
14 Kwangathi kungelokothe kwenzeke ukuba ngiziqhayise, ngaphandle kokuba ngiziqhayisa ngesigxobo sokuhlushwa+ seNkosi yethu uJesu Kristu, izwe eliye labethelwa ngaye kimi,+ nami ngabethelwa ezweni.
8 Phela, ngempela zonke izinto ngizishaya indiva ngenxa yenzuzo edlula zonke izinto, yolwazi ngoKristu Jesu iNkosi yami.+ Ngenxa yakhe ngiye ngamukela ukulahlekelwa yizo zonke izinto futhi ngizibheka njengenqwaba yezibi,+ ukuze ngizuze uKristu