Johane 3:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 “Ngoba uNkulunkulu walithanda+ izwe kangangokuba waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa,+ ukuze wonke umuntu obonisa ukholo+ kuyo angabhubhi+ kodwa abe nokuphila okuphakade.+ IzEnzo 4:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngaphezu kwalokho, ayikho insindiso kunoma ubani omunye, ngoba alikho elinye igama+ phansi kwezulu elinikwe ukuba libe phakathi kwabantu okumelwe sisindiswe ngalo.”+ 1 Johane 5:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 ngoba konke okuzelwe+ nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe.+ Futhi lokhu kungukunqoba+ okunqobe+ izwe, ukholo lwethu.+
16 “Ngoba uNkulunkulu walithanda+ izwe kangangokuba waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa,+ ukuze wonke umuntu obonisa ukholo+ kuyo angabhubhi+ kodwa abe nokuphila okuphakade.+
12 Ngaphezu kwalokho, ayikho insindiso kunoma ubani omunye, ngoba alikho elinye igama+ phansi kwezulu elinikwe ukuba libe phakathi kwabantu okumelwe sisindiswe ngalo.”+
4 ngoba konke okuzelwe+ nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe.+ Futhi lokhu kungukunqoba+ okunqobe+ izwe, ukholo lwethu.+