Isaya 65:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 kangangokuthi wonke umuntu ozibusisayo emhlabeni uyozibusisa ngoNkulunkulu wokholo,+ nanoma ubani ofungayo emhlabeni uyofunga uNkulunkulu wokholo;+ ngoba izingcindezi zangaphambili impela ziyolibaleka ngoba futhi ziyosithezwa impela emehlweni ami.+ Jeremiya 9:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 “Kodwa ozigabisayo makazigabise ngenxa yale nto kanye, ukuba nokuqondisisa+ nokuba nolwazi ngami, ukuthi nginguJehova,+ Lowo obonisa umusa wothando, ubulungisa, nokulunga emhlabeni;+ ngoba yilezi izinto engijabula ngazo,”+ kusho uJehova. 1 Korinte 1:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 ukuze kube njengoba nje kulotshiwe ukuthi: “Oziqhayisayo, makaziqhayise ngoJehova.”+
16 kangangokuthi wonke umuntu ozibusisayo emhlabeni uyozibusisa ngoNkulunkulu wokholo,+ nanoma ubani ofungayo emhlabeni uyofunga uNkulunkulu wokholo;+ ngoba izingcindezi zangaphambili impela ziyolibaleka ngoba futhi ziyosithezwa impela emehlweni ami.+
24 “Kodwa ozigabisayo makazigabise ngenxa yale nto kanye, ukuba nokuqondisisa+ nokuba nolwazi ngami, ukuthi nginguJehova,+ Lowo obonisa umusa wothando, ubulungisa, nokulunga emhlabeni;+ ngoba yilezi izinto engijabula ngazo,”+ kusho uJehova.