1 Korinte 6:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Balekelani ubufebe.+ Zonke ezinye izono umuntu angase azenze zingaphandle komzimba wakhe, kodwa lowo ofebayo wona owakhe umzimba.+ Efesu 5:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ubufebe+ nokungcola kwazo zonke izinhlobo noma ukuhaha+ makungaphathwa nakuphathwa phakathi kwenu,+ njengoba nje kufanele abantu abangcwele;+ 2 Thimothewu 2:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Ngakho, balekela izifiso zobusha,+ kodwa phishekela ukulunga,+ ukholo, uthando, ukuthula,+ kanye nalabo ababiza iNkosi ngenhliziyo ehlanzekile.+
18 Balekelani ubufebe.+ Zonke ezinye izono umuntu angase azenze zingaphandle komzimba wakhe, kodwa lowo ofebayo wona owakhe umzimba.+
3 Ubufebe+ nokungcola kwazo zonke izinhlobo noma ukuhaha+ makungaphathwa nakuphathwa phakathi kwenu,+ njengoba nje kufanele abantu abangcwele;+
22 Ngakho, balekela izifiso zobusha,+ kodwa phishekela ukulunga,+ ukholo, uthando, ukuthula,+ kanye nalabo ababiza iNkosi ngenhliziyo ehlanzekile.+