1 Korinte 15:58 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 58 Ngenxa yalokho, bazalwane abathandekayo, yibani ngabagxilile,+ abangenakunyakaziswa, ngaso sonke isikhathi ninokuningi kokukwenza emsebenzini weNkosi,+ nazi ukuthi umshikashika wenu awulona ize+ eNkosini. Kolose 1:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 yebo, uma kodwa niqhubeka nisokholweni,+ nimi esisekelweni+ nigxilile+ futhi ningagudluzwa ethembeni lalezo zindaba ezinhle enazizwa,+ ezashunyayelwa+ kuyo yonke indalo+ engaphansi kwezulu. Mina Pawulu ngaba isikhonzi+ salezi zindaba ezinhle.
58 Ngenxa yalokho, bazalwane abathandekayo, yibani ngabagxilile,+ abangenakunyakaziswa, ngaso sonke isikhathi ninokuningi kokukwenza emsebenzini weNkosi,+ nazi ukuthi umshikashika wenu awulona ize+ eNkosini.
23 yebo, uma kodwa niqhubeka nisokholweni,+ nimi esisekelweni+ nigxilile+ futhi ningagudluzwa ethembeni lalezo zindaba ezinhle enazizwa,+ ezashunyayelwa+ kuyo yonke indalo+ engaphansi kwezulu. Mina Pawulu ngaba isikhonzi+ salezi zindaba ezinhle.