-
1 AmaKhosi 3:26INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
26 Khona manjalo owesifazane okwakungeyakhe indodana ephilayo wathi enkosini (ngoba wavukwa inimba+ ngenxa yendodana yakhe,+ kangangokuba wathi): “Uxolo,+ nkosi yami! Nina madoda, mnikeni ingane ephilayo. Ningalokothi niyibulale.” Sonke leso sikhathi lona omunye wesifazane wayethi: “Ngeke abe ngowami noma ngowakho. Nina madoda, hlukanisani!”+
-