1 Korinte 8:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Noma kunjalo, akubona bonke abantu abanalolu lwazi;+ kodwa abanye, njengoba bejwayele isithombe kuze kube manje, badla ukudla njengokuthile okuhlatshelwe isithombe,+ futhi unembeza wabo, njengoba ubuthakathaka, uyangcola.+ 1 Thimothewu 1:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Empeleni injongo yalo myalo luthando+ oluvela enhliziyweni ehlanzekile+ nakunembeza omuhle+ nasokholweni olungenabuzenzisi.+
7 Noma kunjalo, akubona bonke abantu abanalolu lwazi;+ kodwa abanye, njengoba bejwayele isithombe kuze kube manje, badla ukudla njengokuthile okuhlatshelwe isithombe,+ futhi unembeza wabo, njengoba ubuthakathaka, uyangcola.+
5 Empeleni injongo yalo myalo luthando+ oluvela enhliziyweni ehlanzekile+ nakunembeza omuhle+ nasokholweni olungenabuzenzisi.+