Jobe 31:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Khona-ke, yini engingayenza lapho uNkulunkulu esukuma?Futhi lapho efuna ukuba kulandiswe, ngingamphendula ngithini?+ IzEnzo 17:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.” Roma 2:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Lokhu kuyoba ngosuku lapho uNkulunkulu ngoKristu Jesu ahlulela+ izinto ezisithekile+ zesintu,+ ngokwezindaba ezinhle engizimemezelayo.+ Roma 14:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngakho-ke, ngamunye wethu uyozilandisela kuNkulunkulu.+
14 Khona-ke, yini engingayenza lapho uNkulunkulu esukuma?Futhi lapho efuna ukuba kulandiswe, ngingamphendula ngithini?+
31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.”
16 Lokhu kuyoba ngosuku lapho uNkulunkulu ngoKristu Jesu ahlulela+ izinto ezisithekile+ zesintu,+ ngokwezindaba ezinhle engizimemezelayo.+