1 Korinte 13:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngesikhathi ngiseyingane, ngangikhuluma njengengane, ngicabanga njengengane, ngisebenzisa ingqondo njengengane; kodwa njengoba sengiyindoda,+ sengizilahlile izici zobungane. 1 Korinte 14:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Bazalwane, ningabi abantwana emandleni okuqonda,+ kodwa yibani izingane ngokuqondene nobubi;+ nokho nibe abakhule ngokugcwele emandleni okuqonda.+ Efesu 4:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 kuze kube yilapho sonke sesifinyelele ubunye okholweni nasolwazini olunembile ngeNdodana kaNkulunkulu, ekubeni yindoda ekhule ngokugcwele,+ esilinganisweni sobukhulu esingesokugcwala kukaKristu;+ Filipi 3:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Noma kunjalo, ngezinga esesithuthuke ngalo, masiqhubeke sihamba ngokuhlelekile+ ngalo mkhondo ofanayo. Hebheru 5:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Kodwa ukudla okuqinile kungokwabantu abavuthiwe, labo okuthe ngokusebenzisa amandla abo okuqonda+ bawenza aqeqeshelwa ukuhlukanisa kokubili okulungile nokungalungile.+
11 Ngesikhathi ngiseyingane, ngangikhuluma njengengane, ngicabanga njengengane, ngisebenzisa ingqondo njengengane; kodwa njengoba sengiyindoda,+ sengizilahlile izici zobungane.
20 Bazalwane, ningabi abantwana emandleni okuqonda,+ kodwa yibani izingane ngokuqondene nobubi;+ nokho nibe abakhule ngokugcwele emandleni okuqonda.+
13 kuze kube yilapho sonke sesifinyelele ubunye okholweni nasolwazini olunembile ngeNdodana kaNkulunkulu, ekubeni yindoda ekhule ngokugcwele,+ esilinganisweni sobukhulu esingesokugcwala kukaKristu;+
16 Noma kunjalo, ngezinga esesithuthuke ngalo, masiqhubeke sihamba ngokuhlelekile+ ngalo mkhondo ofanayo.
14 Kodwa ukudla okuqinile kungokwabantu abavuthiwe, labo okuthe ngokusebenzisa amandla abo okuqonda+ bawenza aqeqeshelwa ukuhlukanisa kokubili okulungile nokungalungile.+