12 Ngaleso sizathu ngizomabela isabelo phakathi kwabaningi,+ futhi uyohlukanisa impango kanye nabanamandla,+ ngenxa yokuthi umphefumulo wakhe wawuthululela ekufeni uqobo,+ futhi wabalwa kanye nezeqamthetho;+ yena ngokwakhe wathwala isono sabantu abaningi,+ futhi walamulela izeqamthetho.+