Johane 17:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Futhi ngiyazingcwelisa ngenxa yabo, ukuze nabo bangcweliswe+ ngeqiniso. 1 Korinte 6:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Kodwa nokho yilokho abanye kini ababeyikho.+ Kodwa seniye nagezwa nahlanzeka,+ seniye nangcweliswa,+ sekuthiwe nilungile+ egameni leNkosi yethu uJesu Kristu+ nangomoya kaNkulunkulu wethu.+ Hebheru 13:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngakho noJesu, ukuze angcwelise+ abantu ngegazi lakhe siqu,+ wahlupheka ngaphandle kwesango.+
11 Kodwa nokho yilokho abanye kini ababeyikho.+ Kodwa seniye nagezwa nahlanzeka,+ seniye nangcweliswa,+ sekuthiwe nilungile+ egameni leNkosi yethu uJesu Kristu+ nangomoya kaNkulunkulu wethu.+