Roma 8:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Ngaphezu kwalokho, labo abamisa kusengaphambili+ yibo futhi ababizile;+ labo ababizile yibo futhi athi balungile.+ Ekugcineni labo athi balungile yibo futhi abakhazimulisile.+ 1 Korinte 1:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 UNkulunkulu uthembekile,+ owanibiza ukuba nihlanganyele+ kanye neNdodana yakhe uJesu Kristu iNkosi yethu. Filipi 3:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 ngiphishekela emgomweni+ ukuze ngithole umklomelo+ wobizo lwaphezulu+ lukaNkulunkulu ngoKristu Jesu. 1 Thesalonika 2:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 ukuze niqhubeke nihamba+ ngokufanele uNkulunkulu onibizela+ embusweni+ nasenkazimulweni yakhe. 2 Thimothewu 1:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Wasisindisa+ futhi wasibiza ngobizo olungcwele,+ kungengenxa yemisebenzi yethu,+ kodwa ngenxa yenjongo yakhe siqu nomusa ongafanelwe. Lona sawuphiwa mayelana noKristu Jesu ngaphambi kwezikhathi ezimiyo njalo,+ 2 Petru 1:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngenxa yalesi sizathu, bazalwane, yenzani nangokwengeziwe konke okusemandleni enu ukuze niziqinisekisele ukubizwa+ nokukhethwa kwenu;+ ngoba uma niqhubeka nenza lezi zinto anisoze nahluleka nanini.+
30 Ngaphezu kwalokho, labo abamisa kusengaphambili+ yibo futhi ababizile;+ labo ababizile yibo futhi athi balungile.+ Ekugcineni labo athi balungile yibo futhi abakhazimulisile.+
9 UNkulunkulu uthembekile,+ owanibiza ukuba nihlanganyele+ kanye neNdodana yakhe uJesu Kristu iNkosi yethu.
14 ngiphishekela emgomweni+ ukuze ngithole umklomelo+ wobizo lwaphezulu+ lukaNkulunkulu ngoKristu Jesu.
9 Wasisindisa+ futhi wasibiza ngobizo olungcwele,+ kungengenxa yemisebenzi yethu,+ kodwa ngenxa yenjongo yakhe siqu nomusa ongafanelwe. Lona sawuphiwa mayelana noKristu Jesu ngaphambi kwezikhathi ezimiyo njalo,+
10 Ngenxa yalesi sizathu, bazalwane, yenzani nangokwengeziwe konke okusemandleni enu ukuze niziqinisekisele ukubizwa+ nokukhethwa kwenu;+ ngoba uma niqhubeka nenza lezi zinto anisoze nahluleka nanini.+