Mathewu 7:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngakho-ke, uma nina, nakuba nibabi,+ nikwazi ukupha abantwana benu izipho ezinhle, yeka ukuthi uYihlo osemazulwini uyobapha kakhulu kangakanani izinto ezinhle+ labo abamcelayo! Johane 3:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 UJohane waphendula wathi: “Umuntu akakwazi ukwamukela ngisho nento eyodwa ngaphandle kokuba eyinikwa ivela ezulwini.+
11 Ngakho-ke, uma nina, nakuba nibabi,+ nikwazi ukupha abantwana benu izipho ezinhle, yeka ukuthi uYihlo osemazulwini uyobapha kakhulu kangakanani izinto ezinhle+ labo abamcelayo!
27 UJohane waphendula wathi: “Umuntu akakwazi ukwamukela ngisho nento eyodwa ngaphandle kokuba eyinikwa ivela ezulwini.+