Duteronomi 30:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngoba leli zwi liseduze kakhulu kwakho, lisemlonyeni wakho nasenhliziyweni yakho,+ ukuze ulenze.+ Mathewu 7:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 “Ngakho-ke wonke umuntu owezwayo la mazwi ami awenze uyofaniswa nendoda ehlakaniphile, eyakha indlu yayo phezu kwedwala.+ Johane 13:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Uma nizazi lezi zinto, niyajabula uma nizenza.+
24 “Ngakho-ke wonke umuntu owezwayo la mazwi ami awenze uyofaniswa nendoda ehlakaniphile, eyakha indlu yayo phezu kwedwala.+