1 Korinte 15:53 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 53 Ngoba lokhu okonakalayo kumelwe kugqoke ukungonakali,+ nalokhu okufayo+ kumelwe kugqoke ukungafi. 2 Thimothewu 1:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 kodwa manje wenziwe waba sobala ngokucacile ngokubonakaliswa+ koMsindisi wethu, uKristu Jesu, oqede ukufa+ kodwa wenza ukuphila+ nokungonakali+ kwakhanya+ ngezindaba ezinhle,+ 1 Petru 5:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Futhi lapho umalusi omkhulu+ esebonakalisiwe, niyokwamukela umqhele wenkazimulo+ ongenakubuna.+
10 kodwa manje wenziwe waba sobala ngokucacile ngokubonakaliswa+ koMsindisi wethu, uKristu Jesu, oqede ukufa+ kodwa wenza ukuphila+ nokungonakali+ kwakhanya+ ngezindaba ezinhle,+