Eksodusi 19:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Manje uma nizolilalela nokulilalela+ izwi lami futhi nizosigcina impela isivumelwano sami,+ ngokuqinisekile niyoba impahla yami ekhethekile kuzo zonke ezinye izizwe,+ ngoba wonke umhlaba ungowami.+ Duteronomi 7:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngoba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho.+ Nguwe uJehova uNkulunkulu wakho akukhethile ukuba ube yisizwe sakhe, impahla ekhethekile, kuzo zonke izizwe ezisebusweni bomhlaba.+ Duteronomi 10:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 UJehova wanamathela kokhokho bakho kuphela, wabathanda, waze wakhetha inzalo yabo ngemva kwabo,+ yebo nina, kuzo zonke izizwe, njengakulolu suku. Amose 3:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 ‘Ngazé nina kuphela+ kuyo yonke imindeni esemhlabeni.+ Yingakho ngiyokwenza ukuba nilandise ngazo zonke iziphambeko zenu.+ Malaki 3:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 “Ngokuqinisekile bayoba ngabami,”+ kusho uJehova wamabutho, “mhla ngiveza impahla ekhethekile.+ Ngiyobabonisa ububele, njengoba nje umuntu ebonisa indodana yakhe emkhonzayo ububele.+
5 Manje uma nizolilalela nokulilalela+ izwi lami futhi nizosigcina impela isivumelwano sami,+ ngokuqinisekile niyoba impahla yami ekhethekile kuzo zonke ezinye izizwe,+ ngoba wonke umhlaba ungowami.+
6 Ngoba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho.+ Nguwe uJehova uNkulunkulu wakho akukhethile ukuba ube yisizwe sakhe, impahla ekhethekile, kuzo zonke izizwe ezisebusweni bomhlaba.+
15 UJehova wanamathela kokhokho bakho kuphela, wabathanda, waze wakhetha inzalo yabo ngemva kwabo,+ yebo nina, kuzo zonke izizwe, njengakulolu suku.
2 ‘Ngazé nina kuphela+ kuyo yonke imindeni esemhlabeni.+ Yingakho ngiyokwenza ukuba nilandise ngazo zonke iziphambeko zenu.+
17 “Ngokuqinisekile bayoba ngabami,”+ kusho uJehova wamabutho, “mhla ngiveza impahla ekhethekile.+ Ngiyobabonisa ububele, njengoba nje umuntu ebonisa indodana yakhe emkhonzayo ububele.+