10 Ungazesabi izinto osazohlupheka ngazo.+ Bheka! UDeveli+ uzoqhubeka ephonsa abanye kini etilongweni ukuze nivivinywe ngokugcwele,+ ukuze futhi nibe nosizi+ izinsuku eziyishumi. Zibonakalise uthembekile kuze kube ngisho nasekufeni,+ khona-ke ngiyokunika umqhele wokuphila.+