Mathewu 28:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 UJesu wasondela wakhuluma nabo, wathi: “Nginikwe lonke igunya+ ezulwini nasemhlabeni. Filipi 2:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 ukuze egameni likaJesu wonke amadolo aguqe, awabasezulwini nawabasemhlabeni nawabangaphansi komhlaba,+ 1 Thimothewu 6:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Lokhu kubonakaliswa kuyoboniswa nguMbusi Onamandla+ ojabulayo nowukuphela kwakhe ngezikhathi zako ezimisiwe,+ yena oyiNkosi+ yalabo ababusa njengamakhosi noMbusi+ walabo ababusa njengababusi, IsAmbulo 17:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Lawa ayokulwa neWundlu,+ kodwa, ngenxa yokuthi liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi,+ iWundlu liyowanqoba.+ Labo ababiziweyo nabakhethiweyo nabathembekileyo abakanye nalo, nabo bayowanqoba.”+
10 ukuze egameni likaJesu wonke amadolo aguqe, awabasezulwini nawabasemhlabeni nawabangaphansi komhlaba,+
15 Lokhu kubonakaliswa kuyoboniswa nguMbusi Onamandla+ ojabulayo nowukuphela kwakhe ngezikhathi zako ezimisiwe,+ yena oyiNkosi+ yalabo ababusa njengamakhosi noMbusi+ walabo ababusa njengababusi,
14 Lawa ayokulwa neWundlu,+ kodwa, ngenxa yokuthi liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi,+ iWundlu liyowanqoba.+ Labo ababiziweyo nabakhethiweyo nabathembekileyo abakanye nalo, nabo bayowanqoba.”+