Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 40:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Bona bathi kuye: “Ngamunye kithi uphuphe iphupho, kodwa akekho ongasichazela lona.” UJosefa wathi kubo: “Izincazelo akuzona yini ezikaNkulunkulu? + Ngicela ningixoxele wona.”

  • Daniyeli 2:23
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 23 O Nkulunkulu wokhokho bami, ngiyakubonga futhi ngiyakudumisa,

      Ngoba unginike ukuhlakanipha namandla.

      Manje ungazisile lokho esikucele kuwe;

      Usazisile indaba ekhathaza inkosi.” +

  • Daniyeli 2:28
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 28 Kodwa ukhona uNkulunkulu emazulwini onguMambuli wezimfihlo, + uyazisile iNkosi uNebukhadinezari okuyokwenzeka ezinsukwini zokugcina. Yileli iphupho lakho nemibono yekhanda lakho njengoba ubulele embhedeni wakho:

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela