IHubo 16:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngoba ngeke ungishiye* eThuneni. *+ Ngeke umvumele oqotho wakho abone igodi. *+ UmShumayeli 9:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Noma yini okwazi ukuyenza, yenze ngawo wonke amandla akho, ngoba akukho msebenzi namacebo nalwazi nakuhlakanipha eThuneni, *+ indawo oya kuyo. Hoseya 13:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngizobakhulula emandleni eThuna;*Ngizobabuyisa ekufeni. + Luphi udosi lwakho Kufa? + Iphi imbubhiso yakho Thuna? + Ngeke ngilubonise uzwela. IzEnzo 2:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 ngoba ngeke ungishiye* eThuneni,* futhi ngeke umvumele oqotho wakho abone ukonakala. + IsAmbulo 20:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ulwandle lwakhipha abafile ababekulo, nokufa neThuna* kwakhipha abafile ababekukho, bahlulelwa ngamunye ngokwezenzo zabo. +
10 Noma yini okwazi ukuyenza, yenze ngawo wonke amandla akho, ngoba akukho msebenzi namacebo nalwazi nakuhlakanipha eThuneni, *+ indawo oya kuyo.
14 Ngizobakhulula emandleni eThuna;*Ngizobabuyisa ekufeni. + Luphi udosi lwakho Kufa? + Iphi imbubhiso yakho Thuna? + Ngeke ngilubonise uzwela.
13 Ulwandle lwakhipha abafile ababekulo, nokufa neThuna* kwakhipha abafile ababekukho, bahlulelwa ngamunye ngokwezenzo zabo. +