-
Genesise 35:10, 11IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
10 UNkulunkulu wathi kuye: “Igama lakho unguJakobe. + Igama lakho ngeke kusaba uJakobe, kodwa uzoba u-Israyeli.” Wayeseqala ukumbiza ngokuthi u-Israyeli. + 11 UNkulunkulu waqhubeka wathi kuye: “NginguNkulunkulu uMninimandla Onke. + Zala wande. Kuyophuma kuwe izizwe namaqembu ezizwe, + kuphume namakhosi kuwe.* +
-