Genesise 13:5, 6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 ULoti, owayehamba no-Abrama, naye wayenezimvu, izinkomo namatende. 6 Ngakho indawo ayibavumelanga ukuba bahlale bonke ndawonye; impahla yabo yayisiningi kakhulu kangangokuba babengasakwazi ukuhlala ndawonye.
5 ULoti, owayehamba no-Abrama, naye wayenezimvu, izinkomo namatende. 6 Ngakho indawo ayibavumelanga ukuba bahlale bonke ndawonye; impahla yabo yayisiningi kakhulu kangangokuba babengasakwazi ukuhlala ndawonye.