Genesise 13:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ngakho u-Abrama waqhubeka ehlala ematendeni. Kamuva wahamba wayohlala phakathi kwezihlahla ezinkulu zikaMamre, + eziseHebroni, + wamakhela lapho uJehova i-altare. + Genesise 14:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngemva kwalokho umuntu othile owayephunyukile wafika watshela u-Abrama umHebheru. Ngaleso sikhathi wayehlala* phakathi kwezihlahla ezinkulu zikaMamre umAmori, + umfowabo ka-Eshikoli no-Aneri. + La madoda ayesizana no-Abrama.
18 Ngakho u-Abrama waqhubeka ehlala ematendeni. Kamuva wahamba wayohlala phakathi kwezihlahla ezinkulu zikaMamre, + eziseHebroni, + wamakhela lapho uJehova i-altare. +
13 Ngemva kwalokho umuntu othile owayephunyukile wafika watshela u-Abrama umHebheru. Ngaleso sikhathi wayehlala* phakathi kwezihlahla ezinkulu zikaMamre umAmori, + umfowabo ka-Eshikoli no-Aneri. + La madoda ayesizana no-Abrama.