Genesise 12:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ngemva kwalokho u-Abrama wasuka waya ngaseNegebhi, + elokhu ethutha esuka kwenye indawo aye kwenye. Genesise 20:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Manje u-Abrahama wathutha itende lakhe + waya ezweni laseNegebhi wafike wahlala phakathi kweKadeshi + neShuri. + Ngesikhathi ehlala* eGerari, + Numeri 13:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Lapho ekhuphukela eNegebhi, abe esefika eHebroni, + lapho kwakuhlala khona u-Ahimani, uSheshayi noTalimayi, + abangama-Anaki. + IHebroni lalakhiwe eminyakeni eyisikhombisa ngaphambi kweZowani laseGibhithe. AbaHluleli 1:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ngemva kwalokho, amadoda akwaJuda ehla ayokulwa namaKhanani ayehlala ezintabeni, eNegebhi naseShefela. +
9 Ngemva kwalokho u-Abrama wasuka waya ngaseNegebhi, + elokhu ethutha esuka kwenye indawo aye kwenye.
20 Manje u-Abrahama wathutha itende lakhe + waya ezweni laseNegebhi wafike wahlala phakathi kweKadeshi + neShuri. + Ngesikhathi ehlala* eGerari, +
22 Lapho ekhuphukela eNegebhi, abe esefika eHebroni, + lapho kwakuhlala khona u-Ahimani, uSheshayi noTalimayi, + abangama-Anaki. + IHebroni lalakhiwe eminyakeni eyisikhombisa ngaphambi kweZowani laseGibhithe.
9 Ngemva kwalokho, amadoda akwaJuda ehla ayokulwa namaKhanani ayehlala ezintabeni, eNegebhi naseShefela. +