-
Hezekeli 25:12, 13IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
12 “Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo: ‘U-Edomi uziphindiselele endlini kaJuda futhi wenze icala elikhulu ngokuziphindiselela kuyo; + 13 ngakho yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo: “Ngizokwelulela nesandla sami kwelakwa-Edomi nginqume khona kokubili umuntu nemfuyo, ngizolenza incithakalo. + Kusukela eThemani kuze kufike eDedani, bazokuwa ngenkemba. +
-